INDIYA-ASHTRAY FULL-ALBUM


Please watch: "AMABONGWA NOMATHEMBA" --~--



Mashobane Nyandeni
Eish yashaywa le Album !
Malusi Ndincede
enkosi kakhulu mfowethu yazigcina izithembiso zakho
kwanele peter
Syabonga Mondli, ay mina kubo bonke omaskandi bamanje iyangenzela lensizwa. uqhubeke njalo Ndiya nkunz'endala uyangbusisa ingoma zakho ziyafinyelela ekujuleni kwenhliziyo. Syabonga
Nzuzo Nzuzo
ngiyayithanda imfezi emnyama kakhulu
Nomakhwezi Khuzwayo
umfana ozithulele okhuluma nepeni ongadeleli muntu umyalezo I voice ubuciko ukube ubukhosi bubekwa ngendlela bumfanele okaMntungwa umfana akashodi ngalutho
noku nos
kwathi angithi milikihli cha uyangibusisa mfo
Lindokuhle Mashewula
ngangihleli kahle ezweni lokucala
Magubane Magubane
Phela ukhiye Emnyama.
Noxolo Khoza
uhlezi ecula into eyakhayo nezoklapha nezokujabulisa futhi.....qhubeka ubusise sbusiso sethu singabakho...god bless him njalo nje
Booy Mbuyiseni
Ngiyakuzwa njalo the black cobra
BONGANE NTSHABHA
Cha lenkunzi ishayile kule- album ngiyethulela isgqoko bengihlezi ngizwa izingoma ngingazi ukuthi ubani, futhi nomlayezo ukhona sengathi ingaqhubeka nomsebenzi omuhle lensizwa asibonge.
SAMSON JUSTICE
Bokuvumanini mfezi ngoba ushaya into ecwazimanyulayo engenamsindo yiyo qhawelam ayish ntamboooooo boy
Nonhlanhla Mahlobo
maaama lawukhona mama maaama wam ngyakukhumbula......ey lengoma
sihle Madonsela
khuphuk qawelami mfezi emnyama ayi uyindinga qawe. woza December
Mashobane Nyandeni
Eze Ndiya no loti fak'upelepele wena
Mdu Sibiya
Le cd yeNdiya imnandi yonke shame.
Thabiso Shandu
Ew Nqeshe sofa lapho ufa khona Mntungwa siyakthanda noma ikhono lakho lidicilelwa phans nj
Mashobane Nyandeni
"Yabona lona abangamthandi ngempel'uyoshada naaaye"
MOSES DHLAMINI
Kodwa mfezi ngyaythanda le album. ngcela ningincede ngengoma yemfezi ethi "uyayvalela lomuntu unomona"
Fanelesibonge Ngobese
2019 we still here, this album i think is still his best album. it was too personal which we like a lot
Mpilo Dladla
namanje ngisayidlala le cd
Bongx Ndlovu
Khuphuka Mfezi
Mashobane Nyandeni
Kwathi angindize ngiye ekhaya!
lindokuhle sbonakaliso
kwathi angithi phahlaaaaa ugedlaaaaaa
Scelo Nkomo
Mfez' Emyama qhubeka bafo ngokushayi ngoma wena kphela ungalandeli lab maskandinyana esibabona la ko whatap lako Facebook beshuda ma vedeo angasile bezama ukuzidumisa nje ngento engekho.
Siyanda Jali
Track list please:
simphiwe mkhize
Syabonga mfethu ngomculo wakho omnandi
Aphelele Mpez Sam
Ave umandi lomculo pambili maskhandi♡
Mandisi Mkhize
ASIBATHI MI... MILIKIHLI NGITHI QHUBEKA NE NGOMA MASHOBANE EYAKINI LENTO
Sboniso Phumlani
Yabona ke le album le kanye ne X5 kimina anomyoninco ofanayo ekuthinteni umoya. Onke manye nawe amnandi njenge njwayelo, qhubeka Mfezi Emnyama mfowami
Andiswa Asemahle
Wawuthingeke ngeke ngibathole yin abayongithanda 😍😍😍👌
Elethu Thungo
uyangibusisa mfo khuphuka lapho Mfezi
Mashobane Nyandeni
"kanti baba yin eyenz'ukuthi uphume umuzi wakho engithi bakuxosha ontabakayikhonjwa" aw madoda!
Zinele Mexwell
Eyami lemfezi,,,,,mii
Nozipho Sphiwe Hlatshwayo
Ziyangibusisa izingoma zakho nsizwa
Nelly Ndlovu
Original CD were can I get it
Nombuyiselo Pearl
Awu kodwa shame sengyoze ngbhalele kwakhumbula ekhaya
Monwabisi Mjoli
milikihli!!!!!!!
Bongi Mafuleka
Yaboni mfezi ngalekokuthi eyangakithi eNqutu yigaguleli ubuciko umyalezo kuzozonkingomazakhe khuphukaMashobane milikihli sibakhando mimi
Bongeka Bongs
miiiiiiiii
philisa ngoziM
Awu nqeshe madoda
philisa ngoziM
Awu nqeshe madoda
NKOSINATHI NHLAKANIPHO
40:33
Khaliphile Ntozakhe
Hawu 🙊🙊🙊🙊 baba wm wasishiya sixabene kulomuzi wkho
NKOSINATHI NHLAKANIPHO
24:08
Nomakhwezi Khuzwayo
obahambela baba ubatshele engani mina nomndeni wami sisabathanda awu baba awu wasishiya sixabene kulomuzi thina asisazwani
Kwanele Buthelezi
wolololo
Kwanele Buthelezi
wolololo
Ayanda Buthelez
Yayinzima le cd
Monwabisi Mjoli
khwifih milikihli#tag uhlekazaqethuke
Liberate Mbizo
32:00 lengoma awuzwe amazwie akhona miiiiii miiiii
Thabiso Nkwanyana
mmmm Mfezi mina ngyaknika bhuti lento ngeyakho
Senzo Welcome
mhmmm lomlisa umee njalo mzilikazi
andre tshileu
mlilo kuphela miiiiiiiiiiiiiiiiilikihli
Joseph Vutlhari
miiiii
sanele sibonelo
LE ALBUM ISATALABHA NAMANJE MIIIII
SA Deep House Mixtapes NPS
ngicela ukubuza ukthy itholakala kuphi Indiya ft thokozani langa - mama nawe baba